"abaxoshiweyo"
9 occurrences in ZUL
UJehova uyalakha iJerusalema; abaxoshiweyo bakwa-Israyeli uyababutha.
Iyakuphakamisela abezizwe ibhandela , ibuthe abaxoshiweyo bakwa - Israyeli, iqoqe abahlakazekileyo bakwaJuda emagumbini omane omhlaba.
Lulekanani, nenze izinqumo, ubeke isithunzi sakho njengobusuk u phakathi kwemini, nithukuse abaxoshiweyo, ningadaluli ababalekileyo.
Abaxoshiweyo bakwaMowabi mabahlale kuwe ; mawube yisivikelo kubo ebusweni bomchithi. Lapho umcindezeli esephelile, nokuchitha sekuyekiwe, nabanyathelayo sebeqediwe ezweni,
INkosi uJehova ebutha abaxoshiweyo bakwa-Israyeli ithi: Ngisezakubuthela kuye nabanye ngaphandle kwabase bebuthiwe. U-Israyeli wonakele
Ngiyakwehlisela phezu kwe-Elamu imimoya emine emikhawulweni yomine yezulu, ngibahlakazele kuyo yonke leyo mimoya , kungabe kusabakho sizw e lapho abaxoshiweyo base-Elamu bengayikufika khona.
Ngalolo suku , usho uJehova , ngiyakubutha abaqhugayo , ngiqoqe abaxoshiweyo nengenze okubi kubo,
kepha uma n ibuyela kimi , nigcine imiyalo yami , niyenze, noma abaxoshiweyo benu bebe semajukujukwini ezulu , ngiyakubabutha lapho nokho, ngibayise endaweni engiyikhethe ukubeka igama lami kuyo.
Bhekani, ngaleso sikhathi ngiyakuphatha bonke abakuhluphayo, ngisindise abaqhugayo, ngibuthe abaxoshiweyo , ngibenze indumiso negam a abahlazo labo lalisemhlabeni wonke.