"akunjalo"
7 occurrences in ZUL
Wayesethi uHezekiya ku-Isaya: Lihle izwi likaJehova olikhulumileyo. Wathi futhi: Akunjalo, uma kuyakuba khona ukuthula nokulondeka emihleni yami , na?
Akunjalo, kepha umuntu wasezintabeni zakwa -Efrayimi, nguSheba indodana kaBikri igama lakhe , uphakamisele isandla sakhe ngasenkos ini, kuDavide; nginikeni yena kuphela , khona ngiyakusuka emzini . Wayesethi owesifazane kuJowabe : Bheka, ikhanda lakhe liyakuphonswa kuwe ngaphandle kogange.
Kwathi ngosuku lwesikhombisa bathi kumkaSamsoni: Yenza umyeni wakho ukuba asichasisele imfumbe , funa sikushise wena nendlu kayihlo ngomlilo ; nisimemele ukuba nisidle na? Akunjalo na?
UJesu ebabheka wathi : Kubantu akunakwenzeka , kepha kuNkulunkulu akunjalo; ngokuba kuNkulunkulu kungenzeka konke. Umvuzo wokuzidela (Math. 19:27; Luk. 18:28)
Kepha akunjalo phakathi kwenu , kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu makabe yisikhonzi senu,
Akunjalo phakathi kwenu , kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu makabe yisikhonzi senu;
Ngavusa kumadodana en u abaprofeth i nasezinsizweni zenu amaNaziri . Akunjalo, nina bantwana bakwa-Israyeli, na? usho uJehova.