"akusoze"
6 occurrences in ZUL
Nezithelo ezazifiswa ngumphefumulo wakho zimukile kuwe , nakho konke okunonileyo nokucwebezelayo konakele kuwe , akusoze kwabuye kufunyanwe.
nokukhanya kwesibani akusoze kwaphinda kukhanye phakathi kwakho , nezwi lomyeni nelomlobokazi alisoze labuye lizwakale phakathi kwakho , ngokuba izizwe zonke zidukisiwe ngokuthakatha kwakho,
Akusoze kwangena lutho olungcolileyo kuwo nowenza amanyala namanga, kuphela abalotshiwe encwadini yokuphila yeWundlu.
baphathe izinyoka ; uma bephuza okubulalayo , akusoze kwaba nangozi ; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.
UPetru wayesemthatha, waqala ukumkhuza , wathi: Musa, Nkosi, lokho akusoze kwenziwa kuwe.
Ngokuba ngiqinisile ngithi kini : Kuze kudlule izulu nomhlaba , akusoze kwadlula gamana linye nasicashana sinye somthetho, kuze kufezeke konke.