"akwila"
6 occurrences in ZUL
Amabandla ase -Asiya ayakhonza kini . O-Akwila noPriska bakhonza kakhulu kini eNkosini, kanye nebandla elisendlini yabo.
Khonza koPriska no-Akwila nendlu ka-Onesiforu.
Kepha uPawulu esehlale khona izinsuku eziningi , wavalelisa kubazalwane, wamuka ngomkhumbi, waya eSiriya kanye noPrisila no -Akwila, esegundile ikhanda lakhe eKenikreya; ngokuba wayezibophe ngesifungo.
Wafumana khona umJuda oth ile ogama lakhe lingu -Akwila, wasePontu ngokuzalwa, owayesanda kufika ephuma e -Italiya, enoPrisila umkakhe , ngenxa yesimemezelo sikaKlawudiyu sokuba bonke abaJuda bamuke eRoma ; weza kubo;
yena waqala ukushumayela ngesibindi esinagogeni . Kwathi ukuba bamuzwe o-Akwila noPrisila, bamthatha bamchasisela indlela kaNkulunkulu ngesineke esikhulu.
Khonzani koPriska no-Akwila, izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu,