"amaqanda"
4 occurrences in ZUL
U-Isaya 10:14
Isandla sami sifumene imfuyo yabantu njengesidleke, nanjengalokhu umuntu ebutha amaqanda ashiyiwey o ngibuthile wonke umhlaba , akwababikho oshaya phiko, novula mlomo, notshiyozayo.
U-Isaya 59:5
Bachamisela amaqanda ebululu , baluka ubulembu bolwembu ; odlayo amaqanda abo uyafa, okuchotshozwayo kuqhamuka kuyibululu.
UDuteronomi 22:6
Uma uhlangana nesidleke senyoni endleleni phambi kwakho emthini noma siphansi, sinamazinyane noma sinamaqanda , unina efukamele amazinyane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namazinyane,
UJobe 39:14
Ngokuba iyashiya amaqanda ayo emhlabathini, iwafudumeze othulini.