"anati"
4 occurrences in ZUL
AbAhluleli 1:33
UNafetali akaxoshanga abakhe eBeti Shemeshi nabakhe eBeti Anati , kepha wahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe ; kodwa abakhe eBeti Shemeshi naseBeti Anati basetshenziswa yibo.
AbAhluleli 3:31
Emva kwakhe kwafika uShamgari indodana ka -Anati owabulala kuwo amaFilisti abantu abangamakhulu ayisithupha ngocijo l wenkabi; naye wasindisa u-Israyeli.
AbAhluleli 5:6
Ezinsukwini zikaShamgari indodan a ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo.
UJoshuwa 19:38
neJireyoni, neMigidaliyeli, neHoremi, neBeti Anati, neBeti Shemeshi, imizi iyishumi nesishiyagalolunye nemizana yayo.