Skip to Content

"angilandele"

5 occurrences in ZUL

NgokukaLuka 14:27

Nalowo ongathwali isiphambano sakhe , angilandele, angebe ngumfundi wami.

NgokukaLuka 9:23

Wayesethi kubo bonke : Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami , makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele.

NgokukaMarku 8:34

Wayesebiza isixuku nabafundi bakhe , wathi kubo : Uma umuntu ethan da ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.

NgokukaMathewu 10:38

nongathabathi isiphambano sakhe, angilandele, kangifanele.

NgokukaMathewu 16:24

Khona uJesu wathi kubafundi bakhe : Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.