"anibhubhise"
3 occurrences in ZUL
UDuteronomi 9:19
Ngokuba ngangesaba intukuthelo nolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise, kepha uJehova wangizwa nangaleso sikhathi.
UDuteronomi 9:8
NaseHorebe namthukuthelisa uJehova , uJehova wanithukuthelela ukuba anibhubhise.
UJoshuwa 23:15
Kuyakuthi njengalokho zonke izinto ezinhle zenziwe kini akhuluma ngazo uJehova uNkulunkulu wenu kini , kanjalo uJehova ehlisele phezu kwenu zonke izinto ezimbi, aze anibhubhise kuleli zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninike lona.