"aphilayo"
7 occurrences in ZUL
Isibonelo samazwi aphilayo masibe yilawo owawezwa kimi ngokukholwa nangothando olukuKristu Jesu;
Siphethu sensimu, mthombo wamanzi aphilayo, sifufula saseLebanoni! Ukuphendulana komyeni nomakoti Umakoti:
UJesu wap hendula, wathi kuye : Uma ubusazi isipho sikaNkulunkulu nokuthi ngubani othi kuwe : Ngiphuzise, nga ucele kuye , yena nga ekunikile amanzi aphilayo.
Wathi kuye : Nkosi, awuphethe lutho lokukha amanzi , umthombo ujulile; uwathathaphi, pho, lawo manzi aphilayo na?
Okholwa yimi , njengokusho kombhalo , esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.
O, themba lika -Israyeli, Jehova, bonke abakushiyayo bayakujabha ; abachezuka kimi bayakulotshwa emhlabathini, ngokuba bamshiyile uJehova, umthombo wamanzi aphilayo.
Kuyakuthi ngalolo suku kuphum e amanzi aphilayo eJerusalema, inxenye yawo ngaselwandle lwasempumalanga , inxenye yawo ngaselwandle lwasentshonalanga, kube sehlobo nasebusika.