"ariyeli"
4 occurrences in ZUL
U-Ezra 8:16
Ngase ngithuma ngibiza o -Eliyezeri, no-Ariyeli, noShemaya, no-Elinathani, noJaribi, no-Elinathani, noNathani, noZakariya, noMeshulamu abayizinhloko, kanye noJoyaribi no-Elinathani abafundisayo.
U-Isaya 29:1
Wo kuwe Ariyeli , Ariyeli, umuzi lapho amisa khona uDavide . Yengezelani umnyaka emnyakeni, imikhosi iyingilize,
U-Isaya 29:2
ngize ngilicindezele i-Ariyeli, kube khona ukukhala nokububula, libe njenge- Ariyeli kimi.
U-Isaya 29:7
Isixuku sezizwe zonke ezisukela i -Ariyeli, ezisukela lona kanye nenqaba yalo, nezilicindezelayo, siyakuba njengephupho nombono wasebusuku.