Skip to Content

"ayengamakhulu"

6 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 7:20

Kwakukhona izihloko nap hezu kwezinsika zombili eduze nesisu esasiseceleni kwenetha; amapomegranati ayengamakhulu amabili , eyizinhla nxazonke phezu kwesinye isihloko.

U-Ezra 2:66

Amahhashi abo ayengamakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu nesithupha; iminyuzi yabo yayingamakhulu amabili namashumi amane nanhlanu;

U-Ezra 2:67

amakamela abo ayengamakhulu amane namashumi amathathu nanhlanu ; izimbongolo zaziyizinkulungwane eziyisithupha namakhulu ayisikhombisa namashumi amabili.

UNehemiya 11:18

Onke amaLevi emzini ongcwele ayengamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili nane.

UNehemiya 7:68

Amahhashi abo ayengamakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu nesithupha; iminyuzi yabo yayingamakhulu amabili namashumi amane nanhlanu;

UNehemiya 7:69

amakamela ayengamakhulu amane namashumi amathathu nanhlanu ; izimbongolo zaziyizinkulungwane eziyisithupha namakhulu ayisi khombisa namashumi amabili.