Skip to Content

"bamfuna"

8 occurrences in ZUL

2 AmaKhosi 2:17

Amncengisisa waze waba namahloni ; wayesethi: Thumani. Ayesethuma abantu abangamashumi ayisihlanu ; bamfuna izinsuku ezintathu , kepha abamtholanga.

2 iziKronike 15:15

Wonke uJuda wathokoza ngesifungo , ngokuba babefungile ngayo yonke inhliziyo yabo , bamfuna ngakho konke ukufisa kwabo ; wafunyanwa yibo ; uJehova wabaphumuza nxazonke.

2 iziKronike 15:4

kepha ekuhluphekeni kwabo baphendukela kuJehova uNkulunkulu ka - Israyeli, bamfuna; wafunyanwa yibo.

AmaHubo 78:34

Lapho ebabulala, bamfuna; babuye bamfunisisa uNkulunkulu.

NgokukaJohane 11:56

Ngakho bamfuna uJesu , bexoxa bemi ethempelini , bethi: Nithini na ? Akayikuza nempela emkhosini na?

NgokukaJohane 7:11

Khona abaJuda bamfuna emkhosini, bathi: Uphi yena na?

NgokukaLuka 2:44

Bethi-ke bona uphakathi kwabahambisana nabo bahamba ibanga losuku , bamfuna phakathi kwezihlobo nabazana nabo.

UDaniyeli 2:13

Isimemezelo saphuma sokuthi abahlakaniphileyo babeyakubulawa ; bamfuna uDaniyeli nabangane bakhe ukuba babulawe.