"baqamekela"
5 occurrences in ZUL
AbAhluleli 9:34
U-Abimeleki nabo bonke abantu ababenaye basuka ebusuku , baqamekela iShekemi ngezigaba ezine.
AmaHubo 59:3
Ngokuba bhek a, baqamekela umphefumulo wami ; iziqhwaga ziyangihlanganyela, kungekho siphambeko, kungekho sono kimi, Jehova.
IzAga 1:18
Kepha laba baqamekela elabo igazi, babhacela okwabo ukuphila.
UJeremiya 5:26
Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi , baqamekela njengabacuphayo nabalinda izinyoni, babeke ugibe, babambe abantu.
UMika 7:2
Abathembekileyo babhubhile emhlabeni , akakho oqotho phakathi kwabantu; bonke baqamekela igazi ; bayazingelana, kube yilowo nalowo umfowabo ngenetha.