Skip to Content

"bayakumisa"

4 occurrences in ZUL

UHezekeli 39:15

Lapho abadlula ezweni bedlula babone ithambo lomuntu , bayakumisa isiboniso eceleni kwalo , abembelayo baze balimbele esiGodini saseHamoni Gogi.

UNumeri 1:52

Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa amatende abo, kube yilowo nalowo ekamu labo, yilowo nalowo ngasebhaneleni labo, ngamabandla abo.

UNumeri 2:2

Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa , kube yilowo nalowo ngasebhaneleni lakhe ngasezibonisweni zezindlu zawoyise ; bayakumisa nxazonke maqondana netende lokuhlangana.

UNumeri 3:35

Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaMerari sasinguSuriyeli indodana ka- Abihayili; bayakumisa eceleni kwetabernakele ngasenyakatho.