"ebethaniya"
5 occurrences in ZUL
NgokukaJohane 12:1
Ngakho kuseyizinsuku eziyisithupha ngaphambi kwePhasika , uJesu wafika eBethaniya, lapho wayekhona uLazaru uJesu amvusa kwabafileyo.
NgokukaMarku 11:11
UJesu wangena eJerusalema , waya ethempelini ; esekubukile konke waphuma, sekuhlwile, waya eBethaniya kanye nabayishumi nambili. Ukuqalekiswa komkhiwane (Math. 21:18; Luk. 19:45)
NgokukaMarku 11:12
Ngangomuso ekuphumeni kwabo eBethaniya walamba.
NgokukaMathewu 21:17
Wayesebashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya, walala khona. Ukuqalekiswa komkhiwane (Mark. 11:12, 20)
NgokukaMathewu 26:5
Kepha bathi: Makungabi ngomkhosi, funa kube khona isiyaluyalu esizweni. UJesu ugcotshwa eBethaniya (Mark. 14:3; Joh. 12:1)