"ekubulaleni"
6 occurrences in ZUL
UDavide esabuya ekubulaleni umFilisti , u-Abineri wam thatha wamyisa phambi kukaSawule, ephethe ikhanda lomFilisti esandleni sakhe.
Kwathi ekufikeni kwabo , uDavide esebuya ekubulaleni umFilisti , abesifazane baphuma emizini yonke yakwa -Israyeli, behlabelela besina , ukuba bamhlangabeze uSawule inkosi ngezigubhu , nangokuthokoza, nangezinkenenezo.
Kwathi u -Amasiya esebuyile ekubulaleni abakwa -Edomi, waletha onkulunkulu babantwana baseSeyiri, wabamisa babe ngonkulunkulu bakhe , wakhothama phambi kwabo, wabashisela impepho.
Kwathi emva kokufa kukaSawule , uDavide esebuyile ekubulaleni ama - Amaleki, futhi uDavide esehlale izinsuku ezimbili eSikilagi,
futhi ab aphendukanga ekubulaleni kwabo , nasekuthakatheni kwabo , nasebufebeni babo, nasekwebeni kwabo.
Ngokuba uMelkisedeki lo , inkosi yaseSalema , umpristi kaNkulunkulu oPhezukonke, owahlangabeza u -Abrahama mhla ebuya ekubulaleni amakhosi, wambusisa;