Skip to Content

"ekubuyeni"

5 occurrences in ZUL

2 uSamuweli 8:13

UDavide wazenzela igama ekubuyeni kwakhe esebulele ama -Aramu ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili esiGodini sikaSawoti.

AbAhluleli 8:9

Wakhuluma nakubo abantu basePhenuweli , wathi: Ekubuyeni kwami ngiphilile ngizakubhidliza lo mbhoshongo.

NgokukaLuka 10:35

Ngangomuso wakhipha odenariyu ababili , wabanika umninindlu , wathi kuye: M gcine, nalokho okwelekelayo ngiyakukubuyisela kuwe ekubuyeni kwami.

NgokukaLuka 2:43

Sebeziqedile izinsuku , ekubuyeni kwabo , umntwana uJesu wasala eJerusalema, abazali bakhe bengazi.

NgokukaLuka 8:40

Kepha ekubuyeni kwakhe uJesu isixuku samthakazela ; ngokuba bonke babembhekile.