Skip to Content

"emaphandleni"

5 occurrences in ZUL

NgokukaJohane 11:55

Lase liseduze iPhasika labaJuda ; abaningi abavela emaphandleni bakhuphukela eJerusalema ngaphambi kwePhasika ukuba bazihlambulule.

NgokukaMarku 16:12

Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni.

NgokukaMarku 6:36

bamukise ukuba baye emaphandleni nasemizaneni ezungezileyo , bazithengele ukudla.

NgokukaMathewu 15:21

UJesu ephuma lapho wamuka, waya emaphandleni aseTire naseSidoni.

NgokukaMathewu 16:13

UJesu esefikile emaphandleni aseKesariya Filipi wababuza abafundi bakhe , wathi: Abantu basho ukuthi iNdodana yomuntu ingubani na?