"emseni"
8 occurrences in ZUL
kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu . Inkazimulo mayibe kuye namanje nakuze kube lusuku lwaphakade.
Ngakho wena mntanami, yiba namandla emseni okuKristu Jesu;
Khona sebehlakazekile abesinagoge , abaningi babaJuda namaproselite aqotho balandela oPawulu noBarnaba abakhuluma nabo , bebancenga ukuba bahlale emseni kaNkulunkulu.
Basuka lapho ngomkhumbi , baya e-Antiyokiya, lapho babenikelwe khona emseni kaNkulunkulu kulowo msebenzi asebewufezile.
Kepha uPawulu wazikhethela uSila , wahamba enikelwe ngabazalwane emseni weNkosi.
niqaphelisise kungabikho osilelayo emseni kaNkulunkulu, funa kumile impande imbe ebabayo, inixobise, kungcoliswe abaningi yiyo,
njengalokhu kufanele ukuba ngibe nomqondo onjalo ngani nonke , njengokuba nginithwele enhliziyweni yami , lokhu ekuboshweni kwami nasekulivikeleni nasekuliqiniseni ivangeli nina nonke nihlanganyele nami emseni.
Nahlukene noKristu nina nonke enifuna ukulungisiswa ngomthetho ; niwile emseni.