Skip to Content

"ende"

11 occurrences in ZUL

2 iziKronike 3:4

Umpheme owawuphambi kwendlu ende malungana nobubanzi bendlu wawuyizingalo ezingamashumi amabili , nokuphakama kwakuyikhulu namashumi amabili; wawunameka phakathi ngegolide elicwengekileyo.

IsAmbulo 6:11

Base benikwa , kwaba yilowo nalowo ingubo ende emhlophe , kwashiwo kubo ukuba baphumule isikhashana, baze baphelele abayizinceku kanye nabo nabazalwane babo ababezakubulawa njengabo.

NgokukaLuka 4:5

Esemenyusela entabeni ende wambonisa imibuso yonke yezwe ngomzuzwanyana.

NgokukaMarku 16:5

Kuthe bengena ethuneni , babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; bethuka.

NgokukaMarku 9:2

Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru , noJakobe, noJohane, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa ; waphenduka esinye isimo phambi kwabo.

NgokukaMathewu 17:1

Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wa thatha oPetru , noJakobe, noJohane umfowabo, wakhuphukela nabo entabeni ende bebodwa.

NgokukaMathewu 4:8

USathane wabuye wamyisa entabe ni ende kakhulu , wamkhombisa imibuso yonke yezwe nenkazimulo yayo;

U-Isaya 40:9

Khuphukela entabeni ende , wena, Siyoni, obika okujabulisayo, uphakamise ngamandla izwi lakho , wena Jerusalema obika okujabulisayo , uliphakamise ungesabi, usho emizini yakwaJuda ukuthi : Bhekani, nangu uNkulunkulu wenu.

U-Isaya 57:7

Entabeni ende nephakemey o uwubekile umbhede wakho ; futhi wakhuphukela khona ukunikela ngomhlatshelo.

UHezekeli 17:22

Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Nami ngiyakuthatha esihlokweni somsedari omude , ngisitshale, nginqume emagatsheni amasha aphezulu elithambileyo, ngilitshale entabeni ende ephakemeyo,

UJoshuwa 9:13

lezi zimvaba zewayini esazigcwalisa zazizintsha ; bhekani, seziklebhukile; lezi zingubo zethu nezicathulo zethu sezigugile ngenxa yendlela ende kakhulu.