"esiyiso"
6 occurrences in ZUL
1 kuThimothewu 2:6
owazinikela abe yinhlawulo yabo bonke , kube ngubufakazi besikhathi esiyiso,
1 kwabaseKorinte 3:9
Ngokuba thina siyizisebenzi kanye noNkulunkulu , nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu. Ukwakha phezu kwesisekelo esiyiso
AmaHubo 104:27
Zonke lezi zidalwa zibheka wena, ukuze uzinike ukudla kwazo ngesikhathi esiyiso.
AmaHubo 145:15
Amehlo abo bonke alinda wena; uyabanika ukudla ngesikhathi esiyiso.
IzAga 11:1
Isilinganiso esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova , kepha isisindo esiyiso siyintokozo yakhe.
U-Isaya 28:16
Ngalokho ithi iNkosi uJehova : Bheka, ngibeka eSiyoni itshe lesisekelo , itshe elivivinyekileyo , itshe legumbi elinqabileyo lesisekelo esiyiso ; okholwayo kayikubaleka.