"ezahlukanisa"
4 occurrences in ZUL
UDuteronomi 14:6
Ningadla nezilwane ezahlukanisa inselo, ezidabula inselo kabili, ezetshisayo kuzo izilwane.
UGenesise 1:14
UNkulunkulu wathi : Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso ezahlukanisa imini nobusuku , zibe yizibonakaliso zezinkathi , nezezinsuku, nezeminyaka,
ULevitikusi 11:26
Zonke izilwane ezahlukanisa inselo , zingayidabuli kabili kodwa , zingetshisi, zingcolile kini; bonke abazithintayo bayakuba ngabangcolile.
ULevitikusi 11:3
zonke ezahlukanisa inselo , nezidabula inselo kabili , nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla.