"ezingangeni"
4 occurrences in ZUL
UHezekeli 26:9
Uyakubekisa izinqama zakhe zokungqubuza ezingangeni zakho , abhidlize imibhoshongo yakho ngamazembe akhe.
UHezekeli 27:11
Abantu base-Arvadi kanye nempi yakho babe sezingangeni zakho nxazonke, nabaseGamadi babe semibhoshongweni yakho ; baphanyeka i zihlangu zabo ezingangeni zakho nxazonke; baphelelisa ubuhle bakho.
UJeremiya 5:10
Khuphukelani ezingangeni zalo , nilichithe, ningaliqedi ngokupheleleyo nokho; susani amagatsha alo, ngokuba awasiwo akaNkulunkulu.
UJoweli 2:7
Bagijima njengamaqhawe , bakhwela ezingangeni njengamadoda empi ; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe , abaphambanisi izindlela zabo.