"ibhali"
4 occurrences in ZUL
1 iziKronike 11:13
WayenoDavide ePhasi Damimi ; amaFilisti abuthana khona ukuyokulwa , lapho kwakukhona isiqephu sezwe esigcwele ibhali ; abantu babaleka ebusweni bamaFilisti.
U-Eksodusi 9:31
Kwashaywa ifilaki si nebhali , ngokuba ibhali lalikhahlele , nefilakisi laliqhakazile.
URuthe 3:15
Yayisithi: Letha ingubo ephezu kwakho, uyibambe. Wayibamba, yalinganisa kasithupha ibhali, yamthwesa lona, wangena emzini.
URuthe 3:2
Angithi uBowazi owawunamantombazana akhe uyisihlobo sethu na ? Bheka, uyela ibhali kusihlwa esibuyeni.