Skip to Content

"inhle"

6 occurrences in ZUL

AmaHubo 45:13

Indodakazi yenkosi inhle kakhulu , ilapho phakathi; ingubo yayo yalukiwe ngegolide.

AmaHubo 48:2

Inhle ngokuphakama , ingukuthokoza komhlaba wonk e intaba yaseSiyoni emaceleni asenyakatho, umuzi weNkosi enkulu.

IzAga 3:14

ngokuba inzuzo yakho inhle kunenzuzo yesiliva , nokutholakalayo kukho kunegolide.

U-Eksodusi 2:2

Wakhulelwa lowo mfazi , wazala ind odana; esebonile ukuthi inhle , wayithukusa izinyanga ezintathu.

UGenesise 49:15

Wabona indawo yakuphumula ukuthi inhle , nezwe ukuthi limnandi ; wafolisa ihlombe ukuba athwale, waba yinceku yempoqo.

ULevitikusi 27:14

Nxa umuntu eyakungcwelisa indlu yakhe ibe ngcwele kuJehova , umpristi uyakuyilinganisa uma inhle noma imbi ; njengalokhu umpristi eyilinganisa , kuyakuba njalo.