"inxeba"
3 occurrences in ZUL
NgokukaJohane 20:25
Ngakho-ke abanye abafundi bathi kuye : Siyibonile iNkosi . Kepha wathi kubo: Uma ngingaboni ezandleni zayo inxeba lezipikili , ngifake umunwe wami enxebeni lezipikili , ngifake isandla sami ohlangothini lwayo , angisoze ngakholwa.
U-Eksodusi 21:25
ukushiswa ngokushiswa, inxeba ngenxeba, umvimbo ngomvimbo.
UJobe 34:6
Phezu kokwahlulelwa kwami ngishaywa onamanga ; inxeba lami alinakupholiswa, noma ngingenasiphambeko.