"inzondo"
5 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 13:15
U-Amnoni wayesemzonda ngenzondo enkulu kakhulu , ngokuba inzondo amzonda ngayo yaba nkulu kunothando akade emthanda ngalo . U-Amnoni wathi kuye: Vuka uhambe.
IzAga 10:12
Inzondo iyabanga ukuxabana , kepha u thando luyasibekela iziphambeko zonke.
IzAga 10:18
Ofihla inzondo unezindebe zamanga; ophumisa inhlebo uyisiwula.
IzAga 26:26
Noma inzondo yakhe isibekelwa ngenzondo, ububi bakhe buyakwambulwa ebandleni.
NgokukaJohane 15:17
Nginiyala ngalezo zinto, ukuze nithandane. Inzondo yezwe