"iqhubukusha"
4 occurrences in ZUL
U-Eksodusi 21:28
Uma inkabi iqhubukusha owesilisa noma owesifazane baze bafe , inkabi yokhandwa ngamatshe impela , inyama yayo ingadliwa ; kepha umnininkabi uyakuyekelwa.
U-Eksodusi 21:31
Noma iqhubukusha indodana noma iqhubukusha indodakazi, makwenziwe kuye njengaleso sahlulelo.
U-Eksodusi 21:32
Uma inkabi iqhubukusha isigqila noma isigqilakazi , uyakunika inkosi yaso amashekeli angamashumi amathathu esiliva, inkabi ikhandwe ngamatshe.
UDaniyeli 8:4
Ngabona inqama iqhubukusha ngasentshonalanga , nangasenyakatho, nangaseningizimu; kwakungekho silo ebesinokuma phambi kwayo , kwakungekho ongophula esandleni sayo , kepha yenza njengentando yayo , yazikhulisa.