"isithungu"
7 occurrences in ZUL
Nothatha isithungu sehisopi , nisicwilise egazini elisemcengezini , nibhece ikhothamo nezinsika zombili zomnyango ngegazi elisemcengezini ; akuyikuphuma muntu emnyango waleyo ndlu kuze kube sekuseni.
Nxa uvuna isivuno sakho ensimini , ukhohliwe isithungu ensimini yakho , ungabuyeli ukusilanda , kepha asibe ngesomfokaz i, nesentandane, nesomfelokazi ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wezandla zakho.
Bhekani, besibopha izithungu ensimini; naso-ke isithungu sami sivuka sima ; nazo-ke izithungu zenu zisiphahla, zisikhothamela isithungu sami.
Yisho kubantwana bakwa -Israyeli, uthi kubo : Nxa nifikile ezweni engininika lona , nivune isivuno salo , anoletha kumpristi isithungu solibo lwesivuno senu;
yena asizulise isithungu phambi kukaJehova ukuba samukelwe ngenxa yenu; ngakusasa emva kwesabatha umpristi uyakusizulisa.
Ngalolo suku enizu lisa ngalo isithungu , niyakunikela ngemvu yeduna engenasici, enomnyaka munye, ibe ngumnikelo wokushiswa kuJehova.
Anozibalela kusukela kolwangakusasa emva kwesabatha , ngosuku enaletha ngalo isithungu somnikelo wokuzuliswa , kuze kube ngamasabatha ayisikhombisa apheleleyo;