"izaga"
6 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 4:32
Waqamba izaga eziyizi nkulungwane ezintathu ; amaculo akhe ayeyinkulungwane nanhlanu.
IzAga 10:1
Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise, kepha indodana eyisiwula ilusizi kunina.
IzAga 1:1
Nazi izaga zika Solomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli,
IzAga 1:6
ukuba aqonde izaga nezimfihlakalo , namazwi abahlakaniphileyo nezimfumbe zabo.
IzAga 26:7
Imilenze yonyonga iyalengalenga; zinjalo izaga emilonyeni yeziwula.
UmShumayeli 12:9
Futhi ngokuba uMshumayeli wayehlakaniphile , wayefundisa abantu ukwazi, wazindla, waphenya walungisa izaga eziningi.