Skip to Content

"izihlobo"

6 occurrences in ZUL

IzEnzo 10:24

Ngangomuso bangena eKesar iya. UKorneliyu wayebalindele esebizile izihlobo nabangane bakhe abakhulu.

KwabaseRoma 16:21

Uyakhonza kini uThimothewu, isisebenzi kanye nami , noLukiyu, noJasoni, noSosiphatru, izihlobo zami.

NgokukaLuka 8:18

Ngakho-ke anobheka ukuba nizwa kanjani ; ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa ; kepha lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho athi unakho. Izihlobo eziyizo zikaJesu (Math. 12:46; Mark. 3:31)

NgokukaMarku 3:30

Ngokuba bathi unomoya ongcolileyo. Izihlobo eziyizo zikaJesu (Math. 12:46; Luk. 8:19)

NgokukaMathewu 12:45

Abesehamba-ke, abuye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye , bangene bahlale khona ; kuthi ukugcina kwalowo muntu kuba kubi kunokuqala. Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi. Izihlobo eziyizo zikaJesu (Mark. 3:31; Luk. 8:19)

UJobe 19:14

Izihlobo zami zingishiyile, nengazana nabo bangikhohliwe.