"izilinganiso"
7 occurrences in ZUL
eyezinkwa zokubukwa , neyempuphu ecolekileyo yomnikelo wempuphu , neyemiqathane engenamvubelo , neyokuphekwe ekhanzini , neyexutshanisiweyo, neyazo zonke izilinganiso nobukhulu;
Kwakukhona lapho izimbiza zamatshe eziyisithupha zibekwe ngesiko lokuhlamba labaJuda , ziphethe yileso naleso izilinganiso ezimbili noma ezintathu.
Khona wathi komunye : Wena-ke unecala elingakanani na ? Wathi: Izilinganiso eziyikhulu zikakolweni . Wathi kuye : Thatha incwadi yakho , ulobe amashumi ayisishiyagalombili.
nithi: Kuyakudlula nini ukwethwasa kwenyang a ukuba sithengise ngamabele, nesabatha ukuba sikhiphe ukolweni , senze i -efa libe lincane , senze ishekeli libe likhulu, senze izilinganiso ukuba zikhohlise,
Makungabikho endlini yakho izilinganiso ezahlukeneyo, esikhulu nesincane.
Nazi izilinganiso zalo : uhlangothi lwasenyakatho yizinkulungwane ezine namakhulu ayisih lanu, nohlangothi lwaseningizimu izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu , nasohlangothini lwasempumalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwasentshonalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu.
Ngubani owanquma izilinganiso zawo , ngokuba uyakwazi phela ! Ngubani owelula umucu wokulinganisa phezu kwawo na?