Skip to Content

"kobaba"

5 occurrences in ZUL

IzEnzo 13:32

Nathi sinishumayeza ivangeli lesithembiso esenziwa kobaba

IzEnzo 7:44

Kwakukhona itende lobufakazi kobaba ehlane njengalokho akuyalayo yena owakhuluma noMose ukuba alenze ngomfanekiso abewubonile;

UDuteronomi 26:15

Bheka phansi usezindlini zakho ezingcwele ezulwini, ubusise abantu bakho u-Israyeli nomhlaba osinike wona njengokufunga kwakho kobaba , izwe elivame ubisi nezinyosi.

UGenesise 47:30

Kepha lapho sengilele kobaba , uze ungikhiphe eGibithe , ungimbele ethuneni labo. Wathi: Ngizakwenza njengezwi lakho.

UGenesise 49:29

Wabayala, wathi kubo: Mina sengiyakubuthelwa kubantu bami; ngimbeleni kobaba emhumeni osensimini ka-Efroni umHeti,