"kubati"
4 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 1:11
UNathani wathi kuBati Sheba unina kaSolomoni: Awuzwanga yini ukuthi u- Adoniya indodana kaHagiti uyabusa, uDavide inkosi yethu engakwazi, na?
1 AmaKhosi 2:13
Wayesefika u-Adoniya indodana kaHagiti kuBati Sheba unina kaSolomoni . Wathi: Uze nokuthula na? Wathi yena: Yebo, ngize nokuthula.
1 iziKronike 2:3
Amadodana kaJuda : ngo-Eri, no-Onani, noShela; labo abathathu bazalwa nguye kuBati Shuwa , umKhananikazi. Kepha u -Eri, izibulo likaJuda , wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.
1 iziKronike 3:5
Yilaba azalelwa bona eJerusalema : ngoShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bebane, kuBati Shuwa indodakazi ka-Amiyeli,