"kunegolide"
9 occurrences in ZUL
ukuze ukuvivinywa kokukholwa kwenu okuyigugu kunegolide elibhubhayo noma livivinywa ngomlilo kufunyanwe kube ngukubongwa , nodumo, nokutuseka ekwambulweni kukaJesu Kristu;
Ngalokho ngiyathanda imiyalo yakho kunegolide , yebo, kunegolide elicwengekileyo.
Inxanelekile kunegolide , kunegolide elihlanzekileyo eliningi ; imnandi kunezinyosi, kunoju lwamakhekheba.
Kungcono kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide; yebo, ukuzuza ukuqonda nga kukhethwa kunesiliva.
ngokuba inzuzo yakho inhle kunenzuzo yesiliva , nokutholakalayo kukho kunegolide.
Yamukelani ukufundisa kwami kunesiliva , nokwazi kunegolide elikhethekileyo.
Isithelo sami sihle kunegolide , kunegolide elicwengekileyo, nenzuzo yami kunesiliva elikhethekileyo.
Ziwula, zimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu kunegolide nethempeli elingcwelisa igolide na?
Ngiyakwenza umuntu abe yigugu kunegolide elihle , yebo, umuntukazana kunegolide elicwengekileyo.