Skip to Content

"kungumthetho"

5 occurrences in ZUL

2 iziKronike 2:4

Bheka, ngiyakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngimngcwelisele yona , ngishise ph ambi kwakhe impepho ethaphukayo , kubekwe njalo izinkwa zokubukwa , kunikelwe ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha , nangokwethwasa kwenyanga , nangemikhosi emisiweyo kaJehova uNkulunkulu wethu . Lokhu kungumthetho kwa-Israyeli kuze kube phakade.

NgokukaMathewu 7:12

Ngakho-ke konke nokungakanani enifuna ukuba abantu bakwenze kini , kwenzeni nani kanjalo kubo; ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.

U-Eksodusi 12:43

UJehova wayesethi kuMose naku -Aroni: Lokhu kungumthetho wephasika : owezizwe makangalidli;

UDaniyeli 6:15

Ayesebuthana lawo madoda enkosini , athi enkosini: Yazi, nkosi, ukuthi kungumthetho wamaMede namaPheresiya ukuba kungaguqulwa isiyalezo nesimiso esimiswa yinkosi.

UHezekeli 43:12

Nanku umthetho wendlu: esiqongweni sentaba wonke umkhawulo wayo nxazonke uyakuba ngcwele kakhulu. Bheka, lokhu kungumthetho wendlu.