"kwabayishumi"
5 occurrences in ZUL
NgokukaJohane 20:24
Kepha uTomase , omunye kwabayishumi nambili , othiwa uDidimu , wayengekho kubo mhla efika uJesu.
NgokukaJohane 6:67
Ngakho uJesu wathi kwabayishumi nambili: Nani nithanda ukumuka na?
NgokukaLuka 24:9
Base bebuya ethuneni , babika konke lokho kwabayishumi nanye nakubo bonke abanye.
NgokukaMarku 16:14
Ngasemuva wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni , wabasola ngokungakholwa kwabo nangobulukhuni benhliziyo yabo , ngokuba bengakholwanga yilabo abambonileyo esevukile.
UNehemiya 11:1
Izinduna zabantu zahlala eJerusalema ; abantu abaseleyo benza inkatho ukuyisa omunye kwabayishumi njalo ukuba ahlale eJ erusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye kweminye imizi.