"kwezandla"
16 occurrences in ZUL
emadodaneni ka -Asafa: ngoZakuri, noJosefa, noNethaniya, no-Asharela, amadodana ka -Asafa, phansi kwezandla zika -Asafa owaprofetha ngezandla zenkosi.
KuJeduthuni: amadodana kaJeduthuni : ngoGedaliya, noSeri, noJeshaya, noShimeyi, noHashabiya, noMatithiya, bebayisithupha, phansi kwezandla zikayise uJeduthuni owapr ofetha ngehabhu ngokubonga nangokudumisa uJehova.
Onke lawo ayephansi kwezandla zikayise ekuhlabeleleni endlini kaJehova ngamasimbali, nangezingubhu, nangamahabu enkonzweni yasendlini kaNkulunkulu, o-Asafa noJeduthuni noHemani bephansi kwezandla zenkosi.
Wathi enkosini yakwa -Israyeli: Beka isandla sakho emnsalw eni. Yabeka-ke isandla sayo. U-Elisha wabeka izandla zakhe phezu kwezandla zenkosi.
Wakhuphuka, walala phezu komntwana , wabeka umlomo wakhe phezu komlomo wakhe, namehlo akhe phezu kwamehlo akhe , nezandla zakhe phezu kwezandla zakhe ; lapho esekhothama phezu kwakhe , inyama yomntwana yafudumala.
UJehova wangivuza ngokokulunga kwami; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.
Umkhuleko wami mawube njengempepho ebusweni bakho , nokuphakanyiswa kwezandla zami njengomnikelo wakusihlwa.
UJehova wangivuza ng okokulunga kwami ; wangibuyisela njengokuhlanzeka kwezandla zami.
UJehova wayesebuyisela kimi njengokulunga kwami , njengokuhlanzeka kwezandla zami phambi kwamehlo akhe.
Banike njengokwenza kwabo nanjengobubi bemisebenzi yabo ; banike njengokwenza kwezandla zabo, baphindisele abakwenzileyo.
Ngokuba abayinaki imisebenzi kaJehov a nokwenza kwezandla zakhe ; uyakubadiliza, angabakhi.
Ingani enhliziyweni niphehla imisebenzi emibi ; ezweni nilinganisa ngesilinganiso ukudluzula kwezandla zenu.
Kepha uSimoni , ebonile ukuthi ngokubekwa kwezandla zabaphostoli uyaphiwa uMoya, waletha imali kubo,
Uma ebengenami uNkulunkulu kababa , uNkulunkulu ka -Abrahama, ukwesaba kuka-Isaka, ngempela ubuyakungimukisa ze . UNkulunkulu ubone ukuhlupheka kwami nokukhathala kwezandla zami , wakusola ubusuku obudlule.
Emizini yasezintabeni, nasemizini yasehlanzeni, nasemizini yaseningizimu, nasezweni lakwaBenjamini , nasemaphethelweni aseJerusalema , nasemizini yakwaJuda izimvu ziyakubuye zidlule phansi kwezandla zozibalayo , usho uJehova.
Ngobuvila obukhulu indlu iyabola, nangokwenqena kwezandla iyavuza.