"lakhala"
4 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 15:23
Izwe lonke lakhala ngezwi elikhulu, nabantu bonke bawela ; nenkosi futhi yawela umfudlana iKidroni, nabantu bonke bawela ngasendleleni yasehlane.
NgokukaJohane 18:27
Wabuye waphika uPetru; masinyane lakhala iqhude. UJesu ephambi kukaPilatu (Math. 27:11; Mark. 15:1; Luk. 23:1)
NgokukaLuka 22:60
Kepha uPetru wathi : Muntundini, angikwazi ukuthi uthini . Masinyane esakhuluma, lakhala iqhude.
NgokukaMarku 14:68
Kepha waphika wathi : Angikwazi, yebo, angikuzwisisi okushoyo ; waphumela enkundleni; lakhala iqhude.