"lwamafu"
5 occurrences in ZUL
Ngokuba usuku luseduze , usuku lukaJehova luseduze ; luyakuba lusuku lwamafu nesikhathi sabezizwe.
Njengomalusi efuna umhlambi wakhe mhla ephakathi kwezimvu zakhe ezilahlekileyo, kanjalo ngiyakufuna izimvu zami , ngizophule kuzo zonke izindawo ezihlakazekele kuzo ngosuku lwamafu nolobumnyama.
Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwayala kanjani , enze ukuba unyazi lwamafu akhe lukhanye na?
usuku lobumnyama nolwesigayegaye , usuku lwamafu nolobumnyama obukhulu, njengokusa kwenekwe ezintabeni , abantu abaningi abanamandl a abangazange babe ngabanjalo kwasendulo , nabangasoze baba ngabanjalo emva kwabo kuze kube naseminyakeni yezizukulwane ngezizukulwane.
Lolo suku lungusuku lolaka , usuku lokuhlupheka nolosizi , usuku lwencithakalo nolokuyize , usuku lobumnyama nolwesigayegaye , usuku lwamafu nolobumnyama obukhulu,