"mabajabhe"
8 occurrences in ZUL
Mabathuke bona , wena ubusise ; nxa bevuka , mabajabhe; kepha inceku yakho mayithokoze.
Abazidlayo mabajabhe, ngokuba bangicindezele, kungekho sizathu; kepha mina ngiyakuzindla ngeziyalezo zakho.
Mabajabhe, babe namahloni bonke abajabula ngokuhlupheka kwami ; abazikhukhumeza ngami mabembathiswe ukujabha nendumazo.
Mabajabhe, bahlazeke abafuna umphefumulo wami; mababuyiselwe emuva, bajabhiswe abangisongelayo.
Mabajabhe, babe namahloni bonk e abafuna umphefumulo wami ukuba bawuhlwithe; abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.
Mabajabhe, bayangaze abafuna umphefumulo wami. Mababuyiselwe emuva, bajabhiswe abangifisela umonakalo.
Abamelene nomphefumulo wami mabajabhe , baphele; abangifunela umonakalo mabembathe amahloni nenhlamba.
Mabajabhe bonke abakhonza izithombe ezibaziweyo , abazigabisa ngezithombe. Mkhonzeni nina nonke bonkulunkulu.