Skip to Content

"makhulu"

7 occurrences in ZUL

AmaHubo 147:5

INkosi yethu inkulu , makhulu amandla ayo ; ukuqonda kwakhe akunakulinganiswa.

IzEnzo 8:10

banamathela kuye bonke kusukela kwabancinyane kuze kube kwabakhulu , bethi: Lo ungamandla kaNkulunkulu abizwa ngokuthi Makhulu,

NgokukaMathewu 23:5

Kepha imisebenzi yonke yabo bayenza ukuba babonwe ngabantu ; amafilakteriyu abo bawenza abe banzi, bawenze abe makhulu amachopho.

UGenesise 9:29

Izinsuku zonke zikaNowa zaziyiminyaka enga makhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisihlanu.

UJobe 39:11

Ungayethemba, ngokuba amandla ayo makhulu , ushiye umshikashika wakho kuyo, na?

UNumeri 14:17

Kalokhu ake abe makhulu amandla eNkosi njengokusho kwakho ukuthi:

UNumeri 31:32

Impango-ke eyayisele kwethathiwe ngamadoda empi yayiyizimvu eziyizinkulungwane ezinga makhulu ayisithupha namashumi ayisikhombisa nanhlanu,