"mbethele"
5 occurrences in ZUL
NgokukaJohane 19:15
Ngakho bamemeza bathi : Susa, susa, mbethele esiphambanweni ! Wathi kubo uPilatu : Ngibethele inkosi yenu na ? Abapristi abakhulu baphendula bathi: Asinankosi, uKesari kuphela.
NgokukaJohane 19:6
Bathi bembona abapristi abakhulu nezikhonzi , bamemeza bathi: Mbethele, mbethele esiphambanweni! UPilatu wathi kubo : Mthatheni nina, nimbethele esiphambanweni, ngokuba angifumani cala kuye.
NgokukaLuka 23:21
kodwa bamemeza bathi: Mbethele, mbethele esiphambanweni!
NgokukaMarku 15:13
Babuye bamemeza, bathi: Mbethele esiphambanweni!
NgokukaMarku 15:14
Kodwa uPilatu wathi kubo : Ngokuba wenze bubi buni na ? Kepha bamemeza kakhulu, bathi: Mbethele esiphambanweni!