Skip to Content

"mbili"

6 occurrences in ZUL

1 iziKronike 25:7

Umumo wabo kanye nabafowabo ababefundisiwe ukuhlabelela kuJehova nabayizazi wawungamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalo mbili nesishiyagalombili.

AmaHubo 119:113

Ngiyabazonda abanhliziyo mbili, kepha umthetho wakho ngiyawuthanda.

NgokukaLuka 11:43

Maye kinina baFarisi , ngokuba nithanda izihlalo ezipha mbili emasinagogeni nokubingelelwa ezigcawini zokuthengelana!

NgokukaMathewu 21:9

Izixuku ezazihamba pha mbili nezazimlandela zamemeza zathi : Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide ! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi . Hosiyana kweliphezulu!

U-Eksodusi 37:1

UBesaleli wawenza umphongolo ngomuthi womtholo ; ubude bawo babuyizingalo ezi mbili nenxenye, ububanzi bawo babuyingalo nenxenye , nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.

UNumeri 3:43

Onke amazibulo esilisa njengokomumo wamagama kusukela kwabanenyanga kuya phezulu alabo ababalwayo kubo ayeyizinkulungwane ezingamashumi amabili na mbili namakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nantathu.