Skip to Content

"nabayishumi"

4 occurrences in ZUL

IzEnzo 2:14

Wayesesukuma uPetru nabayishumi nanye , waphakamisa izwi lakhe, waphumisela wathi kubo : Madoda akwaJuda nani nonke enakhileyo eJerusalema, makwazeke lokhu kini, nibeke indlebe emazwini ami.

NgokukaMarku 11:11

UJesu wangena eJerusalema , waya ethempelini ; esekubukile konke waphuma, sekuhlwile, waya eBethaniya kanye nabayishumi nambili. Ukuqalekiswa komkhiwane (Math. 21:18; Luk. 19:45)

NgokukaMarku 14:17

Kusihlwa wafika nabayishumi nambili.

NgokukaMarku 4:10

Lapho esengasesitha , ababe naye kanye nabayishumi nambili bambuza ngale mifanekiso.