"nangabamahhashi"
5 occurrences in ZUL
Bheka, mina ngiyakuzenza lukhuni izinhliziyo zabaseGibithe , babalandele; ngizakudunyiswa ngoFaro nangempi yakhe yonke , ngezinqola zakhe nangabamahhashi bakhe.
AbaseGibithe bazakwazi ukuthi nginguJehova , nxa ngidunyisiwe ngoFaro , ngezinqola zakhe nangabamahhashi bakhe.
Ngesikhathi sokuphela inkosi yaseningizimu iyakuqhubukushana nayo ; inkosi yasenyakatho isiyakuvunguzela yona ngez inqola, nangabamahhashi, nangemikhumbi eminingi, ingene emazweni amaningi, ikhukhule, idlule.
Kepha indlu yakwaJuda ngiyakuyihawukela, ngibasindise ngoJehova uNkulunkulu wabo, ngingabasindisi ngomnsalo, nangenkemba, nangokulwa, nangamahhashi, nangabamahhashi.
Ngakhipha oyihlo eGibithe; nafika elwandle; abaseGibithe babaxosha oyihlo ngezinqola nangabamahhashi, baze bafika eLwandle Olubomvu.