Skip to Content

"nangaphambili"

8 occurrences in ZUL

AmaHubo 139:5

Ungizungezile ngasemuva nangaphambili , wabeka isandla sakho phezu kwami.

IzAga 22:20

Angithi ngilobile kuwe nangaphambili ngeziluleko nangokwazi,

U-Eksodusi 21:29

Kepha uma inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili , futhi lokhu kufakaziwe kumniniyo, engayigcinanga kodwa , inkabi isibulele owesilisa noma owesifazane, leyo nkabi yokhandwa, abulawe nomniniyo.

U-Eksodusi 21:36

Kodwa uma kwaziwa ukuthi inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili , umniniyo engayigcinanga kodwa , uyakuyikhokha nokuyikhokha inkabi ngenkabi, efileyo ibe ngeyakhe.

U-Isaya 41:26

Ngubani owakushoyo kwasekuqaleni ukuba sazi , nangaphambili ukuba sisho sithi : U qinisile, na? Cha, akakho okumemezileyo , akakho nokuzwisileyo, akakho nozwayo amazwi enu.

UHagayi 2:15

Ake nibeke ezinhliziyweni zenu manje , kusukela kulolu suku nangaphambili, ukuthi kungakabekwa itshe phezu kwetshe ethem pelini likaJehova,

UHagayi 2:18

Ake nikubeke ezinhliziyweni zenu , kusukela kulolu suku nangaphambili , kwasosukwini lwamashumi amabili nane lwenyanga yesishiyagalolunye, kwasosukwini okwabekwa ngalo isisekelo sethempeli likaJehova , yebo, nikubeke ezinhliziyweni zenu.

UNumeri 32:19

Ngokuba asiyikulidla ifa nabo ngaphesheya kweJordani nangaphambili , lokhu silidlile elethu nganeno kweJordani ngasempumalanga.