"nasemaweni"
3 occurrences in ZUL
1 uSamuweli 13:6
Lapho abantu bakwa -Israyeli bebona ukuthi basengcingweni , ngokuba bacindezelwa kakhulu , abantu bacasha emihumeni , nasemahlozini, nasemaweni, nasezinqabeni, nasemigodini.
IsAmbulo 6:15
Namakhosi omhlaba nezikhulu , nezinduna, nabacebileyo, nabanamandla, nezigqila zonke , nabakhululekileyo bacasha emihumeni nasemaweni ezintaba;
IsAmbulo 6:16
base bethi ezintabeni nasemaweni : Welani phezu kwethu , nisisithe ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu,