Skip to Content

"nasemthethweni"

3 occurrences in ZUL

2 iziKronike 31:21

Emisebenzini yonke ayiqalayo enkonzweni yendlu kaNkulunkulu , nasemthethweni, nasemiyalweni, ukuba afune uNkulunkulu wakhe , wakwenza ngayo yonke inhliziyo yakhe, waphumelela.

IzEnzo 25:8

lapho uPawulu eziphendulela ngokuthi : Angonanga ngalutho nasemthethweni wabaJuda, nasethempelini, nakuKesari.

NgokukaJohane 8:17

Yebo, kulotshiwe nasemthethweni wakini ukuthi ubufakazi babantu ababili bungobuqinisileyo.