Skip to Content

"nduna"

6 occurrences in ZUL

2 AmaKhosi 1:13

Wabuye wathuma induna yesithathu yamashumi ayisihlanu inamashumi ayisihlanu ayo . Yakhuphuka le nduna yesithathu yamashumi ayisi hlanu, yafika yaguqa ngamadolo phambi kuka -Eliya, yamnxusa, yathi kuye : We muntu kaNkulunkulu , ukuphila kwami nokuphila kwalezi zinceku zakho ezingamashumi ayisihlanu makube yigugu emehlweni akho.

2 AmaKhosi 9:5

Ekufikeni kwayo, bheka, izinduna zempi zazihlezi; yathi: Nginendaba kuwe nduna. Wathi uJehu: Kubani phakathi kwethu sonke na ? Yathi-ke: Kuwena nduna.

IzEnzo 23:17

UPawulu wayesebiza enye i nduna yekhulu, wathi: Yisa le nsizwa enduneni yenkulungwane, ngokuba inento ezakuyibika kuyo.

U-Isaya 22:15

Isho kanje iNkosi uJehova Sebawoti , ithi: Hamba uye kuleyo nduna uShebina ophezu kwendlu, uthi:

U-Isaya 36:9

Pho, ungaphindisela emuva kanjani ne nduna eyodwa ezincekwini ezincane zenkosi yami na ? Nokho wethemba iGibithe ukuthola khona izinqola nabamahhashi.

UDaniyeli 4:9

Beliteshasari, wena nduna yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe nokuthi awukhathazwa mfihlakalo , ngitshele imibono yephupho lami engilibonileyo nencazo yalo.